Thatohatsi & Sjava - Ama hem hem (feat. ShaunMusiq)

Ama hem hem (feat. ShaunMusiq)

Thatohatsi & Sjava
7:31

Abanye bathi ngenziwa ama hem hemUkuthi ngithande wena ngoba unezenzoAbazi ukuthi kunalento evutha ngaphakathiEngitshela ukuthi uyenaNgisho noma impela enginayo imaliNgizomuthanda kuze kuweAbanye bathi ngenziwa ama hem hemUkuthi ngithande wena ngoba unezenzoAbazi ukuthi kunalento evutha ngaphakathiEngitshela ukuthi uyenaNgisho noma impela enginayo imalaNgizomuthanda kuze kuwe

Ngisho noma engay' imaliEh, mina naye s'ophelela emazweniNgisho noma engay' imaliEh, mina naye s'ophelela emazweniNgisho noma engay' imaliEh, mina naye s'ophelela emazweniNgisho noma engay' imaliEh, mina naye s'ophelela emazweni

Bengicela ningikhumbuzeAngisoze ngabuyela ekhaya minaNgicela ningikhumbuzeAngisoze ngabuyela ekhaya minaBengicela nim'khumbuzeAngisoze ngabuyela ekhaya minaAw ngicela ningithutheAngisoze ngabuyela ekhaya minaNgakh' ikhaya lana

Ngisho noma engay' imaliEh, mina naye s'ophelela emazweniNgisho noma engay' imaliEh, mina naye s'ophelela emazweniNgisho noma engay' imaliEh, mina naye s'ophelela emazweniNgisho noma engay' imaliEh, mina naye s'ophelela emazweni

BayadlalaDali ngimuyeke?BayadlalaOh hhayiThemba lami likuyenaYeboOhh hayiBayadlalaThemba lami likuyenaDali ngimuyeke?

Abanye bathi ngenziwa ama hem hemUkuthi ngithande wena ngoba unezenzoAbazi ukuthi kunalento evutha ngaphakathiEngitshela ukuthi uyenaNgisho noma impela angenayo imalaNgizomuthanda kuze kuweMmm (awu)Abanye bathi ngenziwa ama hem hemUkuthi ngithande wena ngoba unezenzoAbazi ukuthi kunalento evutha ngaphakathiEngitshela ukuthi uyenaNgisho noma impela anginayo imalaNgizomuthanda kuze kuwe

Ngiyababuka bashiswa 'imaliDali bak'shela ngemaliAbazi uthando lwethuAy mama aluyi ndawoDali iyaphela imaliKodwa mina angiyindawoMina ngiyohlala naweGood and bad timesAngithi bona banemaliBadlalis' ubukhazikhaziBakuthembis' oDubaiNgoba mina anginayo imaliNgikunika lonke uthando lwamiNgoba uthando ludlul' imaliDali uthando lwethu lunamandla mamaThando lwethu ludlul' imali

Bayadlala